Топ-100

ⓘ Free online encyclopedia. Did you know? page 9




                                               

Ukugezwa kwezandla

Ukubhebhetheka kwegciwane lomkhuhlane we-COVID-19 emhlabeni wonke jikelele, sekwenze ukuthi iminotho eminingi ivalwe, kube khona ukugula nokufa kwabantu abaningi. Sekwenziwe imizamo eminingi ukugwema ukubhebhetheka kwaleli gciwane nokusabalala kw ...

                                               

Washington, D.C.

Washington, D.C. iyinhloko-dolobha yase-Izifundazwe Ezihlangene zaseMelika. Akuyona isifunda, futhi akusikho esifunda. Umongameli we-Amelika uhlala lapho. Futhi izikhungo eziningi zikahulumeni ezinkulu zikhona kuleli dolobha. Yisikhungo sezombusa ...

                                               

Inombolo kamazisi yemoto

Inombolo yokuhlonza imoto iyikhodi ehlukile, kufaka phakathi inombolo ye-serial, esetshenziswa ngumkhakha wezimoto ukukhomba izimoto ngazinye, izimoto ezihuduliwe, izithuthuthu, izithuthuthu kanye ne-mopeed, njengoba kuchazwe ku-ISO 3779 naku-ISO ...

                                               

Izifunda zase Libhiya

ILibhiya inezifunda ezingama-97. Ngezansi uhlu lwalezozifunda. Elgurda Baten Eljabel Kabaw Abyar Tazirbu Bent Bayeh Castelverde Tocra Brega Sabratha Jikharra Zaltan Sbaiea Wazzin Hun Zamzam Tripoli isiqongo Jumayl Tobruk Abu Saleem Sabha Marj Sah ...

                                               

SOLID

Kuhlelo lwamakhompiyutha olwenzelwe into, i- SOLID isichazamazwi se- mnemonic sezinqubomgomo ezinhlanu zokuklama okuhloswe ngazo ukwenza ukwakheka kwesoftware kuqondeke kakhudlwana, kube nezimo futhi kulondolozwe. Ayihlobene nemigomo yokwakhiwa k ...

                                               

Mtshengiseni Gcwensa

Umtshengiseni GCwensa wazalwa ngo1972 ezalwa emsinga.ube esehola phambili iqembu elikhulu kuwo onke kumaskandi aMageza Amahle. Uqale ngokuthi abengumculi wangasemuva kuMahaukela ngezikathi zamatshitshi amhlophe lapho ube backela amaqembu ahlukene ...

                                               

Minister of Justice and Constitutional Development v Prince

UNgqongqoshe wezoBulungiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo v Prince ZACC 30 yisinqumo seNkantolo Yomthethosisekelo waseNingizimu Afrika esedluliselwa ngomhlaka 18 kuMandulo 2018 esathola ukuthi akukho emthethweni ukuthi umbuso wenze ubugebengu ...

                                               

Uhlu lwezifundazwe zaseThanzaniya ngokwezinga lentuthuko yabantu

Ngezansi uhlu lwezifundazwe zase Thanzaniya ngokwezinga lentuthuko yabantu onyakeni wezi-2018. Iringa kanye ne Njombe - 0.554 liphakathi nendawo Mara - 0.522 liphansi Tabora - 0.464 liphansi Mbeya - 0.523 liphansi Mjini Magharibi - 0.690 liphakat ...

                                               

Nompumelelo Mqwebu

UNompumelelo Mqwebu ungumpheki nombhali waseNingizimu Afrika. Ubhala ngokudla kwi Mail & Guardian, nakwi Sunday Times nakwamanye amaphephandaba. Ngo2018 ushicilele ibhuku Through the Eyes of an African Chef. Leli bhuku liwine umklomelo omuhle emh ...

                                               

I-Cannabidiol

I- Cannabidiol iyi-phytocannabinoid eyatholakala ngo-1940. Ingenye yezingama-113 ezikhonjwe ngama-cannabinoids ezitshalweni ze-cannabis nama-akhawunti afinyelela ku-40% kokukhishwa kwesitshalo. Ngo-2018, ucwaningo lomtholampilo nge-cannabidiol lu ...

                                               

S.S. Lazio

UEFA Cup Winners Cup Winners 1: 1998–99 UEFA Super Cup Winners 1: 1999

                                               

Monica Foster

Monica Foster kuyinto i actress ezingcolile waseMelika. Yena wangena imboni omdala ifilimu ngo-2008 eneminyaka engu-29.

                                               

Izifundazwe zase Khenya

IKhenya inezifundazwe ezingama-47. Ngezansi uhlu lwalezo zifundazwe. Nakuru Bungoma Machakos Nyamira Wajir Mombasa Meru Makueni Embu Siaya Tana River Kajiado Narok Kirinyaga Uasin Gishu Marsabit Homa Bay Turkana Migori Kiambu Kilifi Nyandarua Nai ...

                                               

Rihanna

Robyn Rihanna Fenty, waziwa kangcono ngo Rihanna uvela eBarbados ungumculi futhi ungumbali wezingoma ze RnB. ozalelwe eSaint Michael, Barbados, waya eUnited States ngenkathi eneminyaka elishumi nesithupha ukuyofeza iphupho lakhe lokuba ngumculi n ...

                                               

Ikati

Isaga esidume kakhulu sekati sithi, ikati lilele eziko. Lezizilwane zingamanono ngoba zihlala zihlanzekile. Ikati lasekhaya elibizwa nge-Felis catus noma i-Felis silvestris catus lincane, livame ukuba noboya, futhi lidla inyama. Kaningi libizwa i ...

                                               

Indlulamithi

Indlulamithi isilwane esinesikhumba esimabhadubhadu esinentamo ende esiyisebenzisela ukudla amaqabunga emithi ephakeme impela. Indlulamithi ithanda indawo enemithi emide ukuze izifihle kahle impela, phela njengoba iyinde ingaka ezinkalweni kungal ...

                                               

Indlovu

Izindlovu ziyizilwane ezincelisayo ezihlala e-Afrika ne-Eshiya. Zimbili izinhlobo zez indlovu, yilezo okuthiwa indlovu yase-Afrika nendlovu yase-Eshiya. Izindlovu yizilwane ezikhulu emhlabeni wonke futhi yizilwane zihlakaniphile kakhulu! Kukhona ...

                                               

Inkalankala

Inkalankala isilwane esincane esihamba lukeke. Ungasithola elwandle, futhi kwesinye isikhathi ngaphakathi nezwe edakeni, eduze amachibini.

                                               

Igundane

Igundane siyisilwane esincane esiwela ngaphansi kwezilwanyana ezibizwa ngokuthi ngezilwane eziququdayo. Igundane lithandwa ukudliwa izilwane ezifana namakati kanye nezinyoka. lezi zilwane azithandwa ngabantu ngoba ziletha ukugula endlini futhi zi ...

                                               

Ndaba kaMageba

Ndaba kaMageba wabe eyinkosi yesizwe samaZulu kusukela ngonyaka we-1745 kuya kowe-1763. Undaba wayezalwa nguMageba Indodana yakhe kwabe kunguJam owathat isikhundla sokuba yinkosi kwakhe uMageba.

                                               

Zwide kaLanga

u Zwide kaLanga waye yindodana kaLanga inkosi yamaNdwandwe. Wayeyisitha esikhulu sika Shaka, amabutho kaZwide amaPhela namaNkayiya aye satshwa kakhulu kanti futhi nonina kaZwide uNtombazi wayesatshwa ngoba iLawu lakhe lalihlotshiswe ngamakhanda a ...

                                               

Agnes Monica

u-Agnes Monica Muljoto owaziwa ngegama lakhe lasesiteji elithi Agnez Mo ungumculi, umbhali-zingoma aphinde abe ngumlingisi wase-INdoneshiya.

                                               

UNcibijane

UNcibijane okanye Usuku loNyaka Omusha iholide lapho umhlaba wonke usuke ubungaza ukuqala konyaka omusha. Ngokwesibalizinsuku se-Gregorian lolu suku lugujwa mhla zi-1 kuMasingana minyaka yonke. Ngalolu suku kuba khona imugubho eminingi emhlabani ...

                                               

Internet Adult Film Database

I Internet Adult Film Database kuyinto uhlu inthanethi kwemininingwane ephathelene, eMelika, imboni Izithombe ezingcolile: abadlali, abadlali, abaqondisi kanye namafilimu ezingcolile. Kuyinto efanayo ku-Database Movie Inthanethi, ngoba livulekele ...

                                               

Uphuthu

uPhuthu lungukudla okuvame ukudliwa eNingizimu Afrika. Uphuthu lwenziwa ngempuphu esuselwa kumbila owomisiwe bese wagayiwa. Luphekwa ngamanzi abilisiwe. Ludliwa kakhulu nobhontshisi, amasi, kanti futhi luyadleka nanoma yisiphi isishebo. IZINDLELA ...

                                               

Mageba kaGumede

Mageba kaGumede wayeyinkosi yezizwe samZulu kusukela ngonyaka wama-1727 kuyakyama-1745. Umffowabo kaMageba kwabe kungu Phunga bobabailil babezalwa nguGumede. UMageba wabe enamadodana amabili okwabe kunguNdaba kanye noMpangazitha. UMpangazitha aka ...

                                               

Intaba

Intaba lingimvelo. Ngokuya ngosolwazi noma ososayenzi bemvelo bathi izintaba zadalwa yizintabamlilo ezenzeka uma kuqubuka okusatshe noma okusamdoko kuphuma emathunjini omhlaba kuphumele ngaphandle, bese ngemva kokuthi kome kuphenduke inhlabathi n ...

                                               

Ilaptop

Upheqe waziwa kakhulu njengomathangeni. Umathangeni ikhompuyutha ethuthukisiwe okwazi ukuyigoqa uyifake esikhwameni Uhambe nayo uye noma yikuphi.Inabo cishe bonke ubuchwepheshe bekhompuyutha enkulu.

                                               

The Velvet Underground

The Velvet Underground bayibhendi kwIMelika. Iqembu laqala eNew York ngo-1964. Kwakukhona abaculi abane kuleli qembu: Lou Reed, John Cale, Sterling Morrison, and Angus MacLise.

                                               

Solomon kaDinizulu

Solomon kaDinizulu iNgonyama kaZulu wazalelwa eSentelina ngenkathi uyiseUdinizulu esekudingisweni. Waba yinkosi yoMbosu wakwaZulu kusukela ngonyaka wezi-1913 kuya kowezi-1933 ngonyaka akhothama ngawo. Udadewabo kaSolomon kwabe kuyiNkosazane uMago ...

                                               

Izambane

Izambane uhlobo lomfino omila phansi komhlabathi. Linekhasi elinsundu kodwa lona linombala omhlophe ngaphakathi. Lidliwa abantu kanye nezilwane. Izambane lidume kakhulu ngokuba yindawo yokutholakala kwamavithamina namaminerali ngobuningi bawo. Iz ...

                                               

Amahlelokusebenza

Amahlelo kusebenza, phecelezi ama- applications. Lokhu kungatholakala ngaphakathi kwekhompiyutha. Amahlelokusebenza asiza ukwenza sisebenze lula kanye ngokukhalipha nokuhlakanipha.

                                               

Utamatisi

Utamatisi isithelo esiba bovu uma sesivuthiwe. Siyathamba siba noketshezi olumnandi ngaphakathi. Sisetshenziswa kakhulu ekuphekeni, noma sidliwe siluhlaza kumasaladi.

                                               

Umqondo

Uma umuntu ecabanga okuthile, lokhu akucabangile kubizwa ngokuthi "umqondo". Imiqondo izinto ezidalwa engqondweni. Akekho owazi ngokweqiniso ukuba konke lokhu kwenzeka kanjani.

                                               

Umthofu

Umthofu uwucingo oluthambile.Lolu cingo lusetshenziswa ezindaweni eziningi, ikakhulukazi emakhaya lapho kwenziwa khona izinto ezahlukahlukene, ezakhiwe ngocingo, njengezimoto zocingo, kanye namabhodo uma sekwenziwa izibambo zawo.

                                               

Imvelo

Imvelo izinto ezingadalwa umuntu, zimane zivele ngoba ziyadingeka emhlabeni. Kubalulekile ukuba sihloniphe imvelo. Imvelo kungaba izinto ezifana nezihlahla kanye nezilwane. Izithelo kanye nemifino zibalulekile empilweni yomuntu.

                                               

Izitshalo

Izitshalo zingokukodwa kokuyisithupha, eqenjini elikhulu lezinto eziphilayo. Zingama-autotrophic eukaryotes, okusho ukuthi zinamasosha omzimba akheke ngendlela engelula neze, futhi azenzela wona ngokwawo ukudla. Imvamisa, awakwazi ukunyakaza.

                                               

Umzimba

Umzimba yinto ebambekayo yomuntu noma yento ephilayo. Usetshenziselwa kuphela kuma-organisms okuyaye kube yinto eyodwa ebumbene noma ephelele. Kunama-organisms ashintsha kusukela kuma seli awodwa kuya kuma-organisms aphelele: ngokomzekelo, isikhu ...

                                               

Ubhanana

Ubhanana isithelo esidliwayo esingenzazo ezinhlamvu esimila ezindaweni ezinamanzi amaningi. Amakhasi kabhanana aba nombala oluhlaza uma ungakalungele ukudliwa, lapha usuke usaluhlaza. Kuthi lapho amakhasi awo ubhanana eba nombala ophuzi usuke usu ...

                                               

Imathemathiki

uLeonardo Fibonacci, usozibalo wase Italy owadidiyela uhlelo lwe-Hindu–Arabic numeral system lwahlelwa phakathi kwe-century yokuqala neyesine luhlelwa amaNdiya, lubhekiswe e-West. iMathemathiki ayinayo incazelo eyamukelwe ngokugwele jikelele. uAr ...

                                               

Izifunda zase Khongo-Brazzaville

IKhongo-Brazzaville inezifunda ezingama-86 kanye namadolobha azilawulayo ayisi-6. Ngezansi uhlu lwezifunda zase Khongo-Brazzaville ngaphansi kwezifundazwe ezitholakala kuzona.

                                               

Izonto ezinye

Umakhale khukwini Umakhale Khukwini: usuyindlela yesimanje elula yokuxhumana nabangani,abazali,noma izihlobo ezikude Kunenani elandaya labantu abasebenzisa omakhale khukwini emhlabeni wonke Isikhahlamezi Fax Lena ingenye yezindlela zokuthumela in ...

                                               

I-Intanethi

I-intanethi uhlelo oluqukethwe amkhompyutha ayizigidi ahlangene ndawonye kuhleloxhumano olunzulu kuwo wonke amagumbi omhlaba olusebenzisa i- Internet protocol suite. Uma uxhumeke kuyo i-intanethi nomshini osuke uwusebenzisa okungaba yikhompyutha ...

                                               

Substance

I-Substance yi material, noma yi matter, okuyiyo esetshenziswa ekwakheni into ethize. Ama-substance izinto ezi physical ezibonwayo, ezithintekayo, noma ezikalekayo. Zenziwe yi elemental part eyodwa noma amaningi. Insimbi, yi aluminiyamu, amanzi k ...

                                               

Ukuhloniphisa (Zulu Euphemism)

Isihlonipho phecelezi esiZulwini sitshenziswa uma kunongwa ulimi, kujuliswa inkulumo okanye siyaye sihloniphise. Esikhathini esiningi KwaZulu amagama okuhloniphisa abantu babeziqambela wona ngoba isimo ngaleso sikhathi singabavumeli ukuthi baphim ...

                                               

Ngqengelele kaMvulane

Umusa wenkosi uSenzangakhona kaJama kulabo abafelwe yizwe waphinde wagqama kakhulu ngenkathi ekhoselisa uNgqengelele kaMvulane. Umbuzo uthi: ubani ungqengelele futhi uphuma kuphi?, futhi ukhoseliswa nje ubalekelani?

                                               

Healthy food to fight headache

Ukudla okunempilo ukuze ulwe nobuhlungu bekhanda Kunezinhlobo ezahlukene zekhanda, futhi zinezindlela zokwelapha ezingefani. Enye indlela enhle ukudla okulwa nekhanda. Kunenombolo enkulu yabantu abahlushwa amakhanda njalo. Lesi simo esijwayelekil ...

                                               

Izifundazwe zase Thanzaniya

IThanzaniya inezifundazwe ezingama-31. Ngezansi uhlu lwalezozifundazwe. Dar es Salaam Katavi Iringa Shinyanga Lindi Mtwara Kilimanjaro Simiyu Morogoro Mjini Magharibi Mwanza Geita Unguja South Singida Manyara Tanga Unguja North Mara Pwani Dodoma ...

                                               

Izifunda zase Madagasika

IMadagasika inezifunda eziyi-114. Ngezansi uhlu lwezifunda zase Madagasika. Vatomandry Mampikony Beroroha Maevatanana Maintirano Betafo Bekily Ikalamavony Fianarantsoa I Soavinandriana Beloni Tsiribihina Ambanja Toliara I Betioky-Atsimo Morondava ...

                                               

Izifundazwe zase Madagasika

IMadagasika inezifundazwe ezingama-22. Analamanga Analanjirofo Bongolava Sava Alaotra-Mangoro Boeny Menabe Vatovavy-Fitovinany Ihorombe Anosy Sofia Atsimo-Atsinanana Atsinanana Haute Matsiatra Melaky Betsiboka Vakinankaratra Atsimo-Andrefana Amor ...