Топ-100
Back

ⓘ Charlotte Maxeke




Charlotte Maxeke
                                     

ⓘ Charlotte Maxeke

U Charlotte Makgomo Maxeke wayengumholi wezenkolo waseNingizimu Afrika, usonhlalonhle kanye nesishoshovu sezepolitiki.

                                     

1. Impilo

UCharlotte Maxeke wazalelwa esigodini saseGa-Ramokgopa ePolokwane Pietersburg, esifundazweni saseLimpopo ngo-Ephreli 7 1874. Wayeyindodakazi kaJohn Kgope Mannya, indodana yenhloko kaModidima Mannya waseBatlokwa, ngaphansi kweNkosi uMamafa URamokgopa no-Anna Manci, owesifazane ongumXhosa waseFort Beaufort, e-Eastern Cape.

                                     
  • kushone izingane ezinhlanu izingane zabulawa wuhhudo esibhedlela se - Charlotte Maxeke Academic hospital eJohannesburg. UMahlangu wakwamukela ukuthi kukhona 
  • kushone izingane ezinhlanu izingane zabulawa wuhhudo esibhedlela se - Charlotte Maxeke Academic hospital eJohannesburg. UMahlangu wakwamukela ukuthi kukhona