Топ-100
Back

ⓘ INgilandi




                                               

Umfula Thames

                                               

Tiger in a Tropical Storm

Tiger in a Tropical Storm noma Surprised! ngumdwebo odwetshwe ngumpendi uHenri Rousseau. Lona ngumdwebo wokuqala lapho igama lompendi laziwa khona. Lodwebo uveza ithayiga ikhanyiswa ngumbani lapho izingela khona ehlathini.

                                               

David Cameron

INgilandi
                                     

ⓘ INgilandi

INgilandi izwe laseYurophu. Isiqongo saseNgilandi iLondon. Ulimi isiNgisi. INgilandi yizwe eliyingxenye yOmbuso Ohlangeneyo. Lingumakhelwane nesiKotilandi enyakatho kanjalo neWelisi entshonalanga; Ulwandle lwase-Ayilendi luse nyakatho-ntshonalanga, Ulwandle lwaseKeltiki luseningizimu-ntshonalanga kanti Ulwandle lwaseNyakatho lusempumalanga, Insungubezi yamaNgisi eningizimu ihlukanisa iNgilandi kwizwekazi laseYurophu. Ingxenye enkulu yeNgilandi yakhiwe yingxenye emaphakathi nengxenye eseningizimu ye-island yaseBrithani Enkulu e-Atlantic eseNyakatho. INgilandi ihlanganisa futhi amazwe amancane azungezwe amazi ngokuphelele angaphezu kwekhulu njenge-ziqhingi Sicilly ne-siqhingi Wight.