Топ-100
Back

ⓘ IAfrika




                                               

1905

                                               

Amaphupho

Ukuchaza amaphupho kuyingxenye esemqoka osikweni lwamaZulu. Umbuso wemimoya uyingxenye yansukuzonke empilweni yemiphakathi eminingi yama-Afrika, futhi kumaZulu ngamaphupho awumongo alombuso. Izincazelo nemifanekiso okwakha izwe lamaphupho lamaZulu kuguquguquke ngokwehlukana kwimifanekiso yaseNtshonalanga, futhi kwenza uhlelo lwezincazelo olunothile noluvusa imizwa. Osikweni lwamaZulu, amaphupho axhumanisa abaphilayo nokhokho namadlozi, nokhokho namadlozi nabo baxhumana kanjalo nabaphilayo. Kwesinye isikhathi amaphupho anikeza impendulo ezintweni umuntu azithandazele noma acele usizo lokuzi ...

IAfrika
                                     

ⓘ IAfrika

Lapha uhlelo ngamazwe amashumi amahlanu nane we-Afrika. Ukwaziswa ngesiqongo, izilimi, izimali, amanani labantu, ukuminyana no-GDP.

iMalta nezigaba we-Italiya, iSpeyini, iPhothugali no-Fulansi nazo ezwakazi we-Afrika, kodwa zisweYurobhu. Isiqhingi iSokhotra nango ezwakazi we-Afrika, kodwa yizwe iYemen we-Eshiya. iGibhithe, elula enhlonhlo Sayinayi, kodwa ziswe-Afrika.